USanda ufunda ngebhajethi (IsiZulu)
R150.00
USanda ufuna izinto eziningi.
Ufuna u-ayisikhilimu…
Ibhayisikili…
Unodoli…
Ufisa nokuya esikoleni sokugibela amahhashi…Kodwa akanayo imali.
Imali ajwayele ukuba nayo ayihlali isikhathi eside ngoba uyisebenzisa budedengu. Umama wakhe umnika inselele: ukusebenzela izinto azifunayo noma akhohlwe ukuba nazo. Ngabe lokhu kuzoba yisifundo esinzima kuSanda?